Ikhanyisa umuthi osebenza ube impande yedlozi wenza idlozi likhulume, libe lihle, lihlambuluke. Ikhanyisa liyangena emithini yenhlanhla, liyangena emithini yokugeza. Ikhanyisa or ukhanyisani lomuthi uyangena emithini yokucacisa nokukhumbula amaphupho. Liyangena futhi emithini emayelana namadlozi ngokubanzi, kanye nasemithini yokufuna umsebenzi. Lomuthi kuthiwa uyakhanyisa zonke izinto zakho.
Tags: umuthi wokukhulumisa idlozi, umuthi wokugeza idlozi, umuthi wokucacisa amaphupho, umuthi wokukhanyisa amaphupho.Imithi yesintu isetshenziswa ngezindlela ezahlukene. Nazi izindlela ezijwayelekile zokusetshenzisa imithi:
Isexwayiso: Gcina imithi kude nezingane. Bonana nenyanga noma isangoma ngaphambi kokusebenzisa umuthi ongawazi.
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |