INTINDILI or SEA BEAN

INTINDILI or SEA BEAN umsebenzi wayo ukuletha imali, ixhosha imimoya, ilethe inhlanhla, imila ezihlahleni ezinemihosha edonsela olwandle, bese itholakala esihlabathini solwandle, ngenxa yalokho uyayithola futhi imilile eduze nolwandle.

uma uzoyiphatha uyayibika ngokuyithunyisela impepho uyiqambe igama ozoyibiza ngalo bese ukhuluma nayo ucele lokho okufunayo. isetshenziswa ngezindlela eziningi intindili, uyayigaya uyihlanganise neminye imithi, iyangena kwisigubhu esidonsa imali, uyayilengisa entanyeni ibe yi necklace yenhlanhla. Uma sewulala uyayifaka ngaphansi komqamelo ikulethele amaphupho amahle, futhi iyawacacisa amaphupho

Ucansi nentindili, intindili ifana nawowonke umuthi angeke uthi unomuthi benze wenza ucansi phambi kwawo, nayo ngokunjalo idinga uyibeke kude bese uyazitika ngesithelo sabadala esimnandi.

Ubulili bentindili, ibonakala kanjani intindili yesilisa kanye nentindili yesifazane. Intindili yesilisa iyagcwila emanzini. intindili yesifazane ihamba phezu kwamanzi. intindili yesifazane incane futhi ayisindi kunentindili yesilisa.

ukuthenga intindili

Uma ufuna ukuthenga intindili , sithinte lapha kuwhatsapp thinta kuzovulekwa whatsapp 065 221 0383

Funda more ngentindili

Izindlela zokukhipha isilwane

Funda ngemithi

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Imixovo emisha for free everymonth thumela email to join umxovo@gmail.com

Send this post to Whatsapp
Scammer Alert!! Kunama scams aqola abantu, athi azobuyisa umuntu, akwenzele umuthi on your behalf, bese ukhokhile akunike ama articles ami. Angisebenzisani nabo Thokoza gogo, Ayikho inyanga ekwazi ukukhafulela omunye umuntu. Imithi idinga wena mnikazi ukuthi uzenzele. Ayikho inyanga ebuyisa umuntu ngesithombe. Before ufakele imali umuntu mbuze ukuthi uzokuposela yini imithi? uma engakuposeli vula icala. Ungamfakeli imali umuntu othi uzokwenzela umuthi. Always ask for a person's bank account and click verify sender ukuze uthole ama details ebank owner.