Dj Onion

Ubuyayiswa kanjani umuntu okade uthandana naye, lapha isikuphathele isiwasho, umxovo wokubuyisa indoda yakho noma intombi yakho noma isithandwa sakho.

Umsebenzi ka Dj Onion ukuthi ubuyise i x owawuthandana nayo. Le-x yakho kungenzeka kube ubaba ka Boy noma yindoda nje ethile owake wathandana nayo ongenangane nayo. Noma ngabe sewuneminyaka eminingi wahlukana nalomuntu akukho nkinga ungawenza uDj Onion uzobuya lomuntu. . Thola indawo ethule engenamsindo, bese ukhanyisa ikhandlela lakho elimhlophe. Buka umlilo wekhandlela bese uyajula ucabange nge x yakho .ucabange okuhle kuphela, cabanga futhi senibuyelene sekumnandi phakathi kwenu. Bhala igama le x yakho ephepheni elimhlophe ngepeni lomsizi. Sika u-onion phakathi, ufake iphepha phakathi kwa-onion. Bese ucela amandla angabonwa ukuthi akusize i-x yakho ibuye. Hambake uyoqgiba i-onion yakho ungabonwa muntu. khandlela lilayithe liphele uma ungakwazi liqgibe nalo noma ulishise emlimlweni.

Funda ngemithi

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Imixovo emisha for free everymonth thumela email to join umxovo@gmail.com

Send this post to Whatsapp
Comments
Mkhwenkwe olwethu 2020-08-11 20:49:40
Ngifuna ukubuyisa intombi yam esehlukene ngonyaka odlule but ngisamthanda
Philisiwe XULU 2020-08-25 10:57:03
Ngifisa ukubuyisa usola lami lingishiye ngingalindele ngaphandle kwesizathu lingikhipha ngisho emsebenzini
Makhosi mbatha 2020-08-26 06:20:17
Ngi cela kibuyisa babawomtwana
Nonkululeko Mdunge 2020-08-26 18:20:57
Ukubuyisa ubaba wengane yami
Nonkululeko Mdunge 2020-08-26 18:20:57
Ukubuyisa ubaba wengane yami
Asanda Ntini 2020-09-01 12:52:24
Buyisa BabaThabiso ndiyacela
Minentler magwaza 2020-09-01 17:48:59
Cela kubuyisa Bab wenganeh yami
Bonakele mavundla 2020-09-02 18:13:32
Ngifuna ukubuyisa ubaba womntanami
Nobesuthu Mmangweni 2020-09-04 17:10:32
Ndicela umsebenzi kunzima kum zonke izinto zam azihambi kakuhle kubuhlungu ifamily ijongekum
Nobesuthu Mmangweni 2020-09-04 17:20:43
Ndicela umsebenzi kunzima kum zonke izinto zam azihambi kakuhle kubuhlungu ifamily ijongekum
Nosipho Mjelwana 2020-09-06 13:47:32
Umyeni wam wabelwa izinkomo ezibini
Joyce Dlabati 2020-09-09 13:33:41
Ndicela undincede undibonise abantu abathatha yonke impahla yasekhaya yendlu.
Nothando nkambule 2020-09-12 16:34:16
Kuyangsiza uku steem NGO anyanisi ngoba Hai ibabaz liyasho ngimnandi akangdeli yenzan guys plz manje sengqala eye skin
Kedibone Rasello 2020-09-15 22:35:01
Umosizi yini ngisho ipen elemosizi plz help ngifuna ubaba we ngani abuye
Fundisiwe Jwara 2020-09-16 10:12:47
Ngicela ubaba wengani zam abuyele kumina
Fundisiwe Jwara 2020-09-16 10:13:06
Ngicela ubaba wengani zam abuyele kumina
Nkosinomusa 2020-09-21 07:46:27
Ngicela ukubuza ngikwenza yini Mani but Mina ibabazi liyangiziba ungibona makuthanda yena so bengicela abuye for good ngingezwa ngaye coz nami ngiyamkhumbula?
Nkosinomusa 2020-09-21 07:53:05
Ngicela ukubuza ngikwenza yini Mani but Mina ibabazi liyangiziba ungibona makuthanda yena so bengicela abuye for good ngingezwa ngaye coz nami ngiyamkhumbula?
NTOMBIZANELE Qwephu 2020-09-21 12:45:48
Mna ndifuna umtshato
Fundisiwe Jwara 2020-09-25 13:12:56
Ngicela kubuye ubaba wengani zam eziyi 4 ngegama lika power doc Rock
Ntombikayise malinga 2020-09-28 08:54:17
Ngicela kubuye ubabacc kufezeke zonke izithembiso abengithembisa zona ft azokondla nomntwana
Ntombikayise malinga 2020-09-28 09:20:49
Ngicela kubuye ubabacc kufezeke zonke izithembiso abengithembisa zona ft azokondla nomntwana
Buyie mbuthuma 2020-10-09 10:58:25
Amen makhosi ngicela impumelelo empilweni Yami ngikhathele ukusokola akuhambi kahle zinto zimnyama
Sithabile ziqubu 2020-10-09 13:26:02
Angibingelee ngicela ningisiza kubuye baba wengane yam ayindle ingane yakhe ayhlawule
Simphiwe simelane 2020-10-09 13:47:04
Ngisacela uthola inhlanhla ngidinga imali
Eunice Makhetha 2020-10-09 21:44:33
What is the colour of candle can I use for the Ministry?
Zanele Mnguni 2020-10-12 17:48:28
Umyeni wami ayeke iintombi abuye kimi back
lungile dlongolo 2020-10-26 18:08:28
ngifuna ukubuyisa indoda yam leqeda kungishiya ngaphandle kwesizathu
MANDY NTSHALINTSHAL 2020-12-01 10:33:11
Ngicel ukubuyis ubab wengan yam
Xoliswa Hlambo 2020-12-11 21:02:30
Amen baba ngicela kubuye sithandwa sami lesicedza kungshiya kungasikudzala
Nomthah nxumalo 2022-07-28 14:43:36
Ngicela nisize kuyaphuthuma nakhu shiwa umuntu wam ngob ngafuna iqiniso nj kuphela kuyen manj akasakhulumisi ngisho ngibhalela kufacebook uvel aphume manj fun abone ukuthi ngisathanda mina nj ngafuna ukwaz ukuth sekhon omuny yin manj ngamala kodw impendulo akanikaka manj funa abon ukuthi unephutha lokuthi akazang anik ithub lochaza plz help min
Sinenhlanhla Mthethw 2023-05-15 08:52:33
Ngifunu kubuyisa ubaba wngane
Sinenhlanhla Mthethw 2023-05-15 08:52:33
Ngifunu kubuyisa ubaba wngane

Ulwazi ngemithi eyizihlahla

Ulwazi ngemithi ethakiwe

Go back buyela emuva