Umuthi wokuqeda uvalo noma ukusaba muningi uyatholakala uthakwe izinyanga kodwa ngaphambi kokuthakelwa umuthi wokuqeda uvalo kumele kutholakale kuqala ukuthi yini eyenza ushawe luvalo? Lokho uzokuthola ngokuthi uye kumuntu obonayo akuhlolele ukuthi yinindaba ushawa uvalo, kungenzeka ushawa luvalo ngoba kukhona okuthakayo, kungenzeka kukhona umoya ongasile lapho ukhona, kungenzeka unabantu abadala, ziningi izizathu zokushawa wuvalo ekumele wazi kuqala isizathu ngaphambi kokuthi welapheke.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.