umuthi umphenduli uphendula izinto ezimbi zibe zinhle ngezifiso zakho, uyakhuluma nalomuthi. Uyangeni futhi lomuthi emithini yenhlanhla. Umphenduli umuthi uphendula umuntu abe yilento oyifunayo. Umphenduli umuthi uPhendula imithi yabathakathi abakugadla ngayo ishaye bona. Umphenduli umuthi uPhendula isimo esibi noma esihle sibe yilesi efunwa uwena. Umphenduli umuthi uPhendula uphendula inzalo uma uthola uhlobo olulodwa lwezingane.
ngisebenzise umuthi umphenduli ngageza ngawo ngaphalaza ngathi zonke izinto zami eziphendulwayo azibuye kuthe ebusuku ngiphuphe inkomo ebomvu isendlini ikhathele ngabona nowesilisa nowesfazane besemsamu bekhathele ubona nje ukuthi bebesetshenziswa labasuka khona uma ngiphuma phandle ngiboniswa izimfiyezi zigcwele igceke ngazithokozisa ngathi hau nibuyile nonke namanje ngisadidekile
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |