Umkhuhlu umuthi

What is umkhuhlu? Umkhuhlu is umuthi/tree which is used by Nguni people in south africa for healing. On this article we will look at the benefits and uses of umkhuhlu tree.

Umkhuhlu umuthi ningadlaleli kulomuthi uyingozi kabi uzongaluqedi nalolosuku. Lomuthi usetshenziselwa ukuchathela iqolo elishisayo nelingcolile kanjalo nesinye. Ubuye ube yimbiza ekhuhla wonke udoti emzimbeni iwukhiphe wonke Uyasebenza kakhulu uwodwa nje kodwa uyingozi kumele uthole umuntu owaziyo. Kumele uqikelele iskalo, ungeqisi ngoba unamandla noma ngithi ustrong, ujiya ngokweqile uma uphekiwe. Uma uwusebenzisela ukubulala idliso namalumbo ukha tea spoon kuphela uyasebenza uwodwa ngoba ustrongo. Ungawuthaka neminye imithi yokukhuculula igazi ngoba uwumuthi oyisakhamzimba. Uyangena emthini yokuvusa ubaba wekhaya maseyangafuni ukwenza umsebenzi wasekhaya, uyangena emithini edambisa ubuhlungo bomzimba.

Ukuphupha Umkhuhlu umuthi

Amaphupho ngomuthi Umkhuhlu, kuchaza ukuthi ukuphupha umuthi Umkhuhlu? Ukuphupha umuthi Umkhuhlu ngabe kuchazani? Kumele ubheke umsebenzi womuthi, nendlela umuthi oyiyo, ikhona okuzokutshela ukuthi amaphupho omuthi achaza ukuthini?



Umqalothi isihlahla umsebenzi waso? Sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Uyangeni emithini yokuvusa induku. Usetshenziswa emithini emayelana namadlozi.
Zekane isihlahla umsebenzi waso? Sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Lomuthi uyathakwa kanye neminye imithi kwisikhafulo. Lomuthi uyathakwa kanye neminye imithi kwizinhlanga zamasoka. Uyangena kumuthi wokuthandeka.
Isikhahlamezi isihlahla umsebenzi waso? Sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Siyangena ekuthakeni udumba omanzisa umuntu wesifazane.
Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
?
 



Indlela yokusebenzisa imithi yesintu

Imithi yesintu isetshenziswa ngezindlela ezahlukene. Nazi izindlela ezijwayelekile zokusetshenzisa imithi:

  • Ukuphalaza - Ukuphuza umuthi oxutshiwe bese uhlanza (ubuyelisa). Lokhu kuhlanza isisu kanye nomzimba. Umuthi uxutshwa emanzini abandayo noma ashisayo bese uphuzwa ekuseni ungakadli.
  • Ukugeza - Ukugeza ngomuthi emzimbeni wonke. Umuthi ufakwa emanzini ashisayo bese ugeza ngawo umzimba wonke, ikakhulukazi ubuso nezandla. Lokhu kusiza ukukhipha amashwa nokuhlanza umoya.
  • Ukufutha - Ukuhlala phezu kwebhodwe elibilayo elinomuthi, uzimboze ngengubo. Umhwamuko womuthi ungena emzimbeni ngesikhumba. Lokhu kusiza ukuvula amathuba nokukhipha izinto ezimbi emzimbeni.
  • Ukuchatha - Ukufaka umuthi ngomzimba wangasese. Lendlela isetshenziswa kakhulu lapho kudingeka umuthi ungene emzimbeni ngokushesha.
  • Ukushunqisa - Ukushisa umuthi owomile bese uphefumulela intuthu yawo. Impepho iyisibonelo esikhulu somuthi oshunqiswayo. Lokhu kusiza ukukhuluma namadlozi nokuhlanza indawo.

Isexwayiso: Gcina imithi kude nezingane. Bonana nenyanga noma isangoma ngaphambi kokusebenzisa umuthi ongawazi.

Video efundisa ngemithi yonke

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp