Ngesayensi
Igama lesayensi le-Mgadankawu (uSolo) ngu-Albizia adianthifolia, elaziwa ngesiNgisi ngokuthi i-"flat-crown". Lesihlahla singowomndeni wezitshalo i-Fabaceae, sitholakala kusukela empumalanga yeNingizimu Afrika kuye e-Afrika esetropikhi.
Mgadankawu (usolo umuthi wenzani
UMgadankawu (usolo)
Uyangena emthini wokugembula, uyangena emthini wemali. Uyangena emithini yokuthandeka. Uyangena emithini yokukhulelwa. Uyangena emthini wokukhipha isichitho. Uyangena kwintambo, incweba yokuvikela imimoya emibi.
Umuthi wokubiza imali
Imali ephelela esandleni ungaze uye kubantu abathi bafaka imali eshesha ebank account yakho,
kodwa bathi badinga ubafakele imali ukuze bakwenze lokho, imali ukuze ingene ebank kumele iqhamuke
kwenye ibank account phela. Ave nizithanda izinto ezingacacile, kodwa ke uma sikhuza nivele nithi asithule
ngoba asikwazi ukwenza imali esheshayo.
Thatha lemithi elandelayo
Faka imali ekhanyayo ebhakedeni lakho lemithi.
Ucele lomuthi ukugadele imali yakho ungayi moshi iphinde ingene, uyithathe uyifake ku wallet leyo
mali yakho ekhanyayo.
| Comments |
|
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? |
Video efundisa ngemithi yonke