Ugelegele umuthi wenhlanhla yemali uyathakwa ukubiza or ukudonsa imali , awuyidonsi uwodwa kodwa uthakwa neminye imithi eminingi, imithi okwayele ukuthakwa nayo uMthole umuthi, nhlanhle mhlophe umuthi,sondeza umuthi, vuma omhlophe umuthi kanye neminye imithi. Ugelegele umuthi uyangena emithi yebusiness, lapho ibusiness lakho lihamba kancane uyawuthaka lomuthi neminye imithi ubone umahluko ngokushesha. Ugelegele umuthi uyahlanganiswa neminye imithi wenze ngawo umuthi wenhlanhla yemali
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |