Ngesayensi

Igama lesayensi le-Inhlokoshiyane ngu-Searsia chirindensis (kwesinye isikhathi kusabizwa ngo-Rhus chirindensis), esaziwa ngesiNgisi ngokuthi i-"red currant". Lesihlahla singowomndeni wezitshalo i-Anacardiaceae, sikhula sifinyelele cishe ku-10m ubude (kwesinye isikhathi kufike ku-20m). Sitholakala kusukela eKapa, kuye KwaZulu-Natal, e-Eswatini, eZimbabwe naseMozambique kuze kufike eTanzania.

Inhlokoshiyane yenzani?

Inhlokoshiyane umuthi osetshenziswa ukususa isidina, uyaphalaza, uyaqguma or uyafutha ngawo, usebenzisa amahlamvu awo lomuthi kanye nawo umuthi siqu sawo. Izinduna ezingapheli ziyasuka uma usebenzisa umuthi inhlokoshiyane. Ukususa amabala ebusweni sewungafaka neminye imithi yesizulu ezokwenza muhle. Uma usekhaya ungasebenzisa olive oil uyigcobe ungaphumeli elangeni, coconut oil nayo iyasiza kakhulu ebusweni.



Video efundisa ngemithi yonke

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp
Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
?
 

Izincazelo zemithi