Incotho / ingcotha Iyangena emithini emayelana namadlozi. Uyangena emithini yenhlanhla. Iyangena kwintelezi yokuchela ekhaya. Uyangena emithini eyelapha isifo sokuwa. Iyangena emithini yobuyisela izinto kumthakathi. Iyangena emithini yokukhumbula amaphupho. Iyangena emithini yokuvuselela imizwa, iyangena emithini yokwelapha iqolo, izimvilaphu.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |
Imithi yesintu isetshenziswa ngezindlela ezahlukene. Nazi izindlela ezijwayelekile zokusetshenzisa imithi:
Isexwayiso: Gcina imithi kude nezingane. Bonana nenyanga noma isangoma ngaphambi kokusebenzisa umuthi ongawazi.