lenzani ibhuma

Ibhuma umuthi lomuthi uyasebenza lapho uthaka imbiza yokukhulelwa or yokukhulelisa, uyachatha ngawo kabili ngeviki. Omama liyabiliswa linathwe ujuqeda idischarge enukayo lokumisa ukopha okungapheliyo uma ugangelwe Liyavula inzalo likhuphule lemizwa kubemnandi ekamelweni ziwe ubaba ajabule. Liyeluka izingcebethu lezitsha zasemakhaya. Isicupho sebhuma. Lisiscupho esinzima ke lo mthi. Gxoba uncwilise emanzini abandayo usele bese uyalisebenzisa njengokuyalelwa wugobela wakho. Izawthi xa ilala neny'indoda kuvele kuqhume amanz'anukayo, ake umlisa ongabekezelela leyonto.

umsebenzi webhuma?

umuthi wentando usebenzisa ibhuma

umuthi wokuthandeka kumuntu wakho anamathele kuwena angahlukani nawe.

Liyangena emithini yokuvusa indu-ku. uyangena kwisibambelelo. uyangena emithini wokumithisa. uyangena kwisihlambezo. uyasebenza ukukilina inkomo, ususe nephunga lenkomo.

ibhuma picture

umuthi wokuvula imizwa

Vula imizwa , ukhulelwe, ubuyise imizwa usebenzisa ibhuma.

cupha umfazi wakho ngebhuma

Umuthi wokucupha umfazi umuthi wokucupha indoda futhi lona, Amazolo sichaza amazolo lawa owathola otshanini, abantu basemalokshin nasema surbab ave bengihlupha ngoba ngikhuluma nginganaki ngizitshela ukuthi wonke umuntu uyazi ngithini mangiposa la.

SMANGELE khumalo Ngsukuma nokubonga usizo Kanye nolwaz englithola lakhaya. bengumuntu obezama ukukhulelwa for 6yrs ngzama kungenzeki kungekho bengakuthengi Uma ngyalelwa Kona kodwa kungenzeki lutho.ngafunda mapost akule page layo wekhuluma ngempepho yamawele Kanye nomhlwehlwe wembuzi or wenkomo ukuth kushise for 3days ucele okufunayo nangempela ngakwenza lokho ngacela ngcelayo ngkhuluma nje sengibambile 🙈💃💃💃💃 ngyabonga kakhulu baba uthixo asigcinele wena owner ye page.

Sli ngicela usizo oluphuthumayo...ngyagula angisindi sengizame endawen eziningi usizo angilitholi ngiphila nento eswini engayaz iyini kuqala ngangicabanga ukuth umtwana bt akusiye lento iyakhahlela iyakhala kuhle kwezikelemu... iyangigubha eswini,iqolo,isinye ikhuphuke ngocabango ingigubha ihamba yonke indawo nje eswini siyakhukhumala.....angilitholi usizo bazamile abantu abaningi bt kyafana iyaphila lento.... ngyasha ngihlale ngihelelwa...kusike angaz yin le engiphethe seside leskhath beth bayayibulala ngamakhambi bt lutho 😭😭😭😭💔💔💔 ngihluleke naku operation cz ababoni lutho odokotela....angsakhoni ukuphila nalento.....sengihambe kakhulu ngicela usizo


Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
 

Video efundisa ngemithi yonke

Funda ngemithi lapha ngezansi

A
I
U
UM
Amafutha

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp