Umhlume uyabulala yini cha awubulali umhlume kodwa uma ungayi kodokotela uzonyuka kakhulu ivirus yawo ungazithuka usushona kodwa uyaphila nawo umhlume egazini, umhlume wangaphambili awelapheki, bese kuthi umhlume wangemuva lona ongama piles ayi lokho kuyaphela kalula. uma uzwa kuthiwa kunezimbiza ezelapha umhlume ubokwazi bakhuluma ngezimbiza zokuthiba umhlume, ayikho into ebulala virus yomhlume wangaphambili, kodwa owangemuva owelaphekayo, lemihlume iyizifo ezingafani, ungadidwa yigama.
Thola imbiza yomhlume wangaphambili yokuchatha, evikela izinkinga zempilo nezinsiza zemithi yesintu efanele. Bhalisela ukufunda okuningi!Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |