umhlonishwa umuntu wesikhundla kanye nokuhlonishwa ngabantu emsebenzi, emphakathini, kanye nabantu nje ohlangana nabo zonke izinsuku

Ngesayensi

Igama lesayensi likaMhlonishwa ngu-Psoralea pinnata. Lesi isihlahlana esihlala luhlaza unyaka wonke, esingowomndeni wezitshalo i-Fabaceae, esikhula sibe mude phakathi kuka-1.5m no-4m.

Yini umhlonishwa?

Umhlonishwa umuthi phalaza ngomhlonishwa othakwe neminye imithi uthole isikhundla kanye nodumo emsebenzini. Umhlonishwa uyasebenza lapho ungadingeki khona, isibonelo uma uthaka izinduku ezimbili ezinamandla, uyazihlanganisa ngokuthi ufake umuthi umhlonishwa kuzona. Abanye baye bakunize lokhu ngokuthi babhalansisa imithi. Umhlonishwa induku uyahlonipheka ayifani namathuzi entaba uba nesithunzi sokusatshwa Umhlonishwa mina ngigiya ngaye uma ngitjaka ezobusoka uma ngozofaka ulosilina uyashayisana ngamadoda ulusilina manje ngivala ngomhlonishwa nesqunga. Uyangena kwisikhafulo umhlonishwa, uyawuthaka kwizikhafulo ukhafule. Umhloniswa uyathakwa uthunyiswe uma izulu liduma.

Ufake ingwavuma, ngobamakhosi, myamathi, ndabulaluvalo khubalo ugqume phalaze uzozisholo wena.

Umhlonishwa umuthi uses: ukuphupha umuthi umhlonishwa Amaphupho ngomhlonishwa umuthi kuchazani? Ukuphupha umuthi umhlonishwa or uphuphe usebenzisa umhlonishwa ngabe kuchazani? umhlonishwa umuthi picture 

Video efundisa ngemithi yonke

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp
Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
?
 

DMCA.com Protection Status