Ngesayensi

Igama lesayensi le-Umayisaka omhlophe ngu-Agathosma ovata, eyomndeni wezitshalo i-Rutaceae. Njengoba igama lisho, lolu uhlobo oluwumbala omhlophe lukamayisake - bheka ikhasi elijwayelekile le-Mayisake ukuze uthole umehluko phakathi kombala omhlophe, obomvu nomnyama.

Umayisaka omhlophe

Umayisaka omhlophe umuthi lo uya - phalaza, futha, qguma ukuze izinto zakho zicace zibe mhlomphe, uyathakwa neminye imithi, uma uwusebenzisela inhlanhla isikhathi esiningi uwusebenzisa izinsuku eziyisikhombisa Uyangena emthini wokugembula, uyangena emthini wemali, uyangena kwizikhafulo, uyangena emithini yokulungisa izinto ezingacacile.

Umayisaka omhlophe wenzani?

Buyisa imali abakukweleta yona ngalemithi

Ukuphupha Umayisaka umuthi

Amaphupho ngomuthi Umayisaka, kuchaza ukuthi ukuphupha umuthi Umayisaka? Ukuphupha umuthi Umayisaka ngabe kuchazani? Kumele ubheke umsebenzi womuthi, nendlela umuthi oyiyo, ikhona okuzokutshela ukuthi amaphupho omuthi achaza ukuthini?

MLAHLANKOSI (mphafa) isihlahla umsebenzi waso? Sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini esusa isinyama, usetshenziswa emithini esusa isidina. Usetshenziswa emithini emayelana nedlozi. Usetshenziswa emithini yama period pains. Uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini ecacisa amaphupho.
Mduze isihlahla umsebenzi waso? Sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Usetshenziswa emithini yokwelapha umeqo, uyaphuzwa uma unomzimba omubi, usetshenziswa emithini yemali. Uyangen emithini yocansi yabantu besifazane. Umuthi lona usetshenziswa ekwenzeni imithi yokuqeda izinduna ebusweni. Uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini wamathumba. Uyathoba izinyawo ezinomeqo, nezinyawo ezivuvukele. Usetshenziswa emithini yokwenza inkomo yowesifazane ibe tight. Uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini ye stroke.
Zeneke isihlahla umsebenzi waso? Sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Umuthi lona usetshenziswa ekwenzeni imithi yogazi nokuthandeka. Lomuthi uyathakwa kanye neminye imithi kwidliso locansi. Uyangena kuhlanga lokuqonywa.
Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
?
 



Video efundisa ngemithi yonke

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp