Ukudlisa umuntu wakho kwenza akuthande kakhulu, uqaphele amanye amadliso enza isikhwele, amanye amadliso enza indoda yakho ikushaye, ikunake, ikuthethisele nezinto ezincane, uthole ukuthi isifuna uhlale useduze naye, ikugade. Kuhle uxoxisane nomuntu okunika idliso ubone ukuthi ikuphi okukufanele. Ukudlisa umuntu kuyingozi umanje ungamthandi kugcono ukumdlisa umuwazi ngampela ukuthi uyamthanda futhi uzimisele ngaye.
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |