uMnungumabele tree

Umnungumabele umuthi osizayo ekwandiseni imfuyo, wenza isingxobo ngawo esibayeni ukuze izinkomo zande. Mnungumabele uyangena embizeni yomzimba omubi (amathumba). UMlungu mabele abanye bathi Mnungumabele kusayisihlahla esisodwa. Uma uzombela isbonda sawo esbayeni, sengathi ungathola iskhumba sebululu usufake emgodini bese ufaka isbonda phezu kwaso , bese uyagqiba ke , isbonda sakho siqine singanyakazi.

Mlungu mabele photos mlungumabele mnungu mabele

Joseph Dube Lona umnungu/mlungu mabele / umhlabanyoni.
Inkunzimalanga ke Lena.
1. Emabuthweni wokulwa.
2. Ekucupheni umthakathi 3. Unenkinga yezinyo
4. Kwezemfuyo
Uyangena, angeke ngiwuqede bakwethu

Mkhulu sandlasiphathumuthi Gubhela Kanti nameva akhona ayangena esihlungwini sokulapha istroke kanjalo nesekucupheni isitha uphinde ubethele ngawo isbaya mufuna kwande imfuyo yakho Bese ungena ezinkambeni zokugeza idlozi ekhaya noma isidalwa esadlula emhlabeni sibhungukile or wafela entabeni nase mthini wokugeza isidumbu amanxeba

Ayanda Chris Khathaza Umnungu mabele amahlamvu awungiwafaka ekukhumiseni imfuyo umasengithaka Izimpande ngiyazifaka ekhubalweni lokuchupha umfazi, emithini yezinyo kuningi engikuthaka ngalo muthi

Izincazelo zemithi

Video efundisa ngemithi yonke

Funda ngemithi lapha ngezansi

A
I
U
UM
Amafutha

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?