Izinsumpa in english is called warts. Izinsumpa ebusweni those are warts on the face. izinsumpa esithweni sangasese zona zingadalwa umhlume. umhlume uyinoma yini engasile emila esithweni sangasese including izilonda nezinsumpa. izinzumpa zenziwa yi virus ebizwa nge HPV, udinga ukuthi zisuswe ngudokotela bese uyahlolwa ukuze utholakale ukuthi unaluphi uhlobo lwe HPV ngoba izinhlobo zayo le virus zingaphezu kwa 26 zenza imisebenzi eyahlukene esikhunjeni. izinsumpa emzimbeni zenziwe ngenye ivirus engafani nalena eyenza izinsumpa esithweni sangasese. Lezi ezenza umhlume zona isikhathi esiningi kuba Herpes 1 and 2 umhlume wangaphambili lowo, ngemuva kwajwayele ukuthi umhlume oba ezinqeni, izinsumpa ezinqeni phakathi kuyaye kube yenye ivirus leyo.
Izinsumpa ebusweni ungazisusa nge apple cinder vinegar uyigcone esiphonjini noma ku cotton bese usula ngayo izinsumpa zakho ebusweni. Umuthi wokususa izinsumpa ungawuthola ekhemisi eseduze nawe. Uma kwehlula lapho usungaya kudokotela wesikhumba. Face warts can be removed by applying apple cinder vinegar to the affected area. if that does not work you can visit a skin doctor.
Izinsumpa emzimbeni zingasuswa nge apple cider vinegar, uma wehlukela bonana no dokotela oseduze nawe uthole usizo. Ukhumbule izinsumpa ziyisifo esithathelanayo, zama ukuziqhelanisa nezingane zakho or nabanye abantu. lezi ezibizwa ngomhlume ziyathathelana ngenkonzo yasekamelweni.
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |