Umnenke is a zulu word in english it means a snail, A snail is a very slow animal with a lot of oils. Umnenke egcekeni noma endlini kuthiwa usuke ubika isichitho, Abanye bavuka babone umnenke embhedeni, lokhu kuchaza isichitho. Umnenke ungolunye uphawu lwesichitho kodwa akusho ukuthi njalo uma ubona umnenke endlini noma endleleni sekusho ukuthi unesichitho, kumele kuhambisane nezinye izimpawu zesichitho. Ukuphupha umnenke kuchaza impilo yakho engayindawo, emile, kumele ubhukule ukhuphule amasokisi, ukuze izinto zizokulungela empilweni.
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |