Ingulube in english is a pig. Umntwana wengulube in english is a piglet ngesizulu umntwana wengulube ubizwa kuthiwa ihhotshi / igotshi / iwontshi. Kwezinye izindawo abantwana bengulube babizwa ngokuthi amajita noma igenge. Ingulube ihlala ogoqweni. ingulube ke yahlukene kaningi kunengulube yasekhaya kube nengulube yehlathi, inyama yengulube ngesingisi ibizwa nge pork, inyama yengulube le idume ngokubulala imithi iyenze imithi ingasebenzi, ingakho kuthiwa uma udla inyama yengulube kumele ungawuthinti umuthi. Uma kade udla inyama yengulube kumele udlulise usuku ngaphambi kokusebenzisa imithi. Ingulube yehlathi in english means Wild Boar and Warthogs, those are two kinds of a jungle pigs, kwisizulu kubizwa ngengulube yehlathi kanye ne intibane. Intibane in english is a Warthog. Ubulili bezingulube. Ingulube yesifazane ngesingisi ibizwa nge sow, noma nge gult - kodwake i-gult is a female pig that has not given birth. Ingulube yesilisa yona ibizwa nge boar.
Umuthi wokuphasa wokuhlakanipha esikoleni
Grade 12 Matric whatsapp groups