DJ spirit is white magic that is used for cleansing, removing bad luck, curses. Dj Spirit can be refered as a lucky charm.
This is a free isiwasho, some people have reported a serius of luck after using this muthi.
Some of those includes: getting a job promotion, getting a job, getting calls from x lovers.
Following are the ingredients for DJ spirit:
3 spoons for holly ash
3 spoons for pink bath salt
1/4 cup of a white spirit
2 Camphor blocks
2 litre full of water
Method:
1. Fetch clean running water from the river into your 2 litre bucket
2. Put all your ingredients into your bucket
3. You have 3 days to use and finish this isiwasho
4. You will use your own judgement in measuring how much you will use for steaming and bathing
5. Steam and bath with this isiwasho and see a change on your life.
Comments
Thobie Thobie Myeza
Sanibonani kulekhaya lenjabulo ngivuka njena ngithi ngizobonga kulekhaya ngibebuhlungu solokhu ngikhala ngidinga ukudla ngoba besengikhala njalo ukuthi kumile izolo ngifakelwe nami lokhu okuncane ngumuntu engingakase ngambona ngikhuma naye Lana kufacebook nedi ngoba anesibongo sakasibiya ngithi makwande lakathethe khona ujehova makabonelele Lana ashoda khona ngiyabonga ngenca yaleligama nemikhuleko makuze ngaobukhulu nangamandla ka DJ rain ngithi manje ngilele ngidlile nabantwana bami ngicela ukuthi umyeni wethu angikhumbule masekaphendula imikhuleko yabanye Kanye namaphupho wabo ngithi manje komunye intombazne akangiphe I fish oil ngizokwenza amacanda ngithi upower doc Rock ungibusisile uyalwa yena uthi aahh bekakuphi loyo sonke leskhathi ucela ngithi power doc Rock ngithi mina usazongiyenzela umnyatsa ngase ngiza Lana endlini ngisalibiza bomnxa Nome ngihamba ngihleli ngiyageza anginakho nginakho ngisho nase maphupheni ami ngicela ize kakhulu imali ngoba ngifuna ukuthenga ukudla kwachrismas Kanye nezimpahla sengiyabona kukhona ukuhle okuzayo ❤️👈 power doc Rock angiyithole Nome ngihamba imali mangithi ngiyicela ivele ibekhona langicela khona ningibeke emkhulekweni ubaba wabantwana bami awuthole umsebenzi bambize kulecompany yase TMS ngiyabonga ngiyadla manje makwenzeke nakwabanye MADlokovu amahle maningikikiziseni ngiyabonga makwande
Nosipho Maka Lwandle Dlamini
Nami ngifuna ukubonga u-admin wepage lethu izinto ziyenzeka ngisebenzisa isiwasho DJ chalk, ubusi n holly ash.
Ngithe ngisahamba mangifika e mall izolo omunye u bhuti wangicela u Mendo ngathi akabuye awuthathe sanikana manamba kanjalo ke
. Haaw ngisahleli endlini kwangena I call yomuntu wam wakdala athi ungikhumbulile.
Nomngan wam wangifakela I mali R1000 ngifuna nje ukuthi phambili ngeziwasho.
Ukusebenzisa isiwasho nje 3 days kushintshe impilo yami , isiwasho esilula kanje sikhiphe amabhadi , isinyama
besekuhlule izangoma, izinyanga. Engikuthandayo ukuthi iziwasho lezi zimahala.
haibo baba you have updated the page initially it said u nga phalaza manje se ku thiwa a ku phalazwa nga lelesi siwasho?? manje ke ngoba se nga qhuma, nga geza nga phalaza ku zo yenzeka ini? azange ngi gule kodwa
Hello everyone, bendicela ukubaza xa wenza DJ Spirit siwasho uyakwazi ukusebenzisa amanzi aphuma etepini since singenayo i-river or is it a must sisebenzise awe-river?. Thank you
Mina uma kusoza ngo past 2 to 3 izintatha ubuthongo buyaphela nya ngecela ukwazi ngingasizwa , iminyaka ngibhekene nalenkinga, ngicela ngisizeke bakithi