Ukuthumela umlayezo udinga ukwenza i-magination yakho, nasi isibonelo: zibone umile ubuka emehlweni lomuntu omthumelela i-vibration. Yi-bone i-vibratotion iyi-energy ewumbala o-blue isuka kuwena emehlweni ingena kulomunye umuntu emehlweni, yibone ilokhu isuka kuwena iphindelela ingena kuyena, eyi accept-a lomuntu. Lokhu kumele ukwenze cishe ngaphezulu kuka 3 minutes.
isibonelo sesibili, ukwenza umuntu akufonele, uzoxoxa sengathi uyambona, uzo maginer umbuka emehlweni naye ekubuka and smile bese uthi: “Mnelisi Mthuli, ngiyazi uyangikhumbula, ngicela usho something back please, ngicela ukhulume, ngiyakuthanda, ngikuyakhumbula, ngicela usabele, ngicela ungifonele, say something back, ngiyadinga ukuzwa izwi lakho, Mnelisi, ngifonele, ngifuna sixoxe ngothando, ngizokunika uthando oludingayo, ngilalele, ngiyakuthanda, uyangizwa yini Mnelisi?.” Uzobona uMnelisi Mthuli uzothola imessage akufonele.
Kulapho ufuna ukubona khona into ecashile nokwenza ama-predictions. Scrying beyisetshenziswa kudala ngama-Greeks, yayekwa sekufika inkolo yobu-chrestu, kodwa ezindaweni eziningi isasetshenziswa namanje. I-Scrying ikusiza ekuboneni izimfihlo. Udinga ukukhohlwa izona zonke izinto ubeke umqondo kulenkinga obheke nayo. Ukwenza i- Scrying ungasebenzisa amanzi, umlilo, amatshe, amafu, isibuko, intuthu njalo njalo.
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |