Go back to previous page
Nonhle Hlophe
2023-07-06 21:32:03
Ngibingelele ekhaya ngicela ningihlaziyele nali iphupho ngiphuphe umawe ex yami osewashona engibiza ngaya kuyena wanginika uplastic wegift onengane ehlekayo ngaphandle mangiwuvula unoblanket omuhle wengane wangnikeza nephepha engathi i invoice elibhalwe uR1900 wathi angiliyise somewhere bazoyisayina bese benginika lemali ebhaliwe phansi ewu R1900 ubejabulile nje futhi ecwebezela ngabe lichazani ngbonge nisazophendula 🙏🙏
Name
Email
Comment
Go back to previous page
Ukuthenga imithi
Oda imithi nge-WhatsApp
Chofoza ukuthintana nathi:
+27 63 322 0426
Vula i-WhatsApp
© Copyright 2021, mnelisi.com
Read our disclamer before trying any of the content on this page.
disclammer