Ukhelengisi imifino lena emila emfuleni yasemakhaya, ukhelengisi wawudliwa kakhulu ngezikhathi zesomiso, lapho amasimu engenalutho, abantu babedla ukhelengisi, ngoba wawukhula kalula emifuleni nasemachibini, unjalo nje unempilo eningi, ukhelengisi unothile ngama vitamins,futhi uyasetshenziswa ekwelapheni izifo eziningi, futhi eku loosen weight uyangena muhle kakhulu
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |