Umhlume kubantu besilisa ngaphambili wenza izilonda ezincane eziningi kwinduku lezilonda ziyayanyisa, uma uke waba nawo , ivirus ayiphumi egazini, so kumele uhlale usebenzisa isivikeli ngoba umuntu wesifazane oke walala nawe uzowuthola, ungakholwa yizinyanga ezithi ziyawelaphi, ivirus yomhlume iyathibeka lento ifana ne hiv odla imishanguzo iphele egazini kodwa wayeka imishanguzo iyabuya, umhlumeke wona uthatha iminyaka ukubuya treatment yawo uyidla cishe 5 days kuphela, kumele ulindele ukuthi njalo ngoyanyaka ubuye umhlume wangaphambili uma uke wakuphatha, kungathatha noma 3 years uma amasosha akho omzimba estrong.
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |