Isikhafulo asisebenzi? Musani ukuza kumina ngezinkinga zezinye izinyanga. Uma uthenge umuthi kwenye inyanga yangasebenza akunankinga phela izinyanga aziwona onkulunkulu kodwa musa uku complainer ufune ngiku convince ukuthi esami sincono. Inkinga nifike nikhokhe oR5000 kwizinyanga ezidumile bese kumina nikhale uma isikhafulo siqala ku R200 uma uzele ukuzokhala ake uvele ungezi bandla. Inkinga nami ngifuna ukunikwa ithuba eli clean ungezi sewuthi angeke ngisakwazi ukukhokha sengi spende R5000 ngibuyisa umuntu. Manje kumina mele ube mahala ngoba wena uye kuma celeb ezinyanga?
Isiphephetho sothando kunesihlahla esibizwa ngokuthi isiphephetho bese kuba nabalandeli bami abafika ku whatsapp athi umuntu ucela isiphephetho angilijwayele elesiphephetho kodwa uma ngizwa sengathi isiphephetho siyafana nesikhafulo. So ngamanye amazwi isiphephe = isikhafulo. How does isiphephetho work isiphephetho sisebenza ngokufana nesikhafulo.
Isikhafulo sisebenza kanjani silanda umuntu simbeke la uma umkhafula abuye, kodwa uqaphele isikhafulo asimenzi umuntu ahlale, okwaso ukuthi simlande eze kuwena akuthande, emva kweviki sekomele wenze izaba zokuthi angahambi lomuntu omkhafulile wabuya.
Isikhafulo esingasebenzi angeke sigxeke umuthi kuphela nalowo osisebenzisayo kuningi okumele akuqaphele, okokuqala kumele uqaphele usisebenzisa ngokuyikho. Isikhafulo sisebenza kahle uma usenza unqunu. Isikhafulo senziwa ngezikhathi. Uma umuthi vele ungakusebenzeli naso isikhafulo angeke sikusebenzele. Uma unedlozi elingacacile noma idlozi lakho lingamthandi lowomuntu angeke aze abuye. Idlozi liyamxosha umuntu. Kuyenzeka idlozi liwuvale umuthi kuwena ikakhulukazi uma kunezinto okumele uzenze. Athi ngime lapha ngoba ama articles ami niyawatshontsha niyawafake nakwi twitter nako ticktalk. Bese ningafaki reference ukuthi info niyithathephi. Ukhumbule, copying an article without a permission ye site owner is illegal even if ungezokwenza nzuzo ngakho.
Uma ufuna ukuthenga izikhafulo zami ungangithumelela whatsapp kwi number engezansi.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.