ukubhala incwadi yobungani
Incwadi yobungani sizokufundisa ukuthi ibhalwa kanjani incwadi yobungani.
Kulula kakhulu ukubhala incwadi yobungani kodwa kunama tips okumele ungawayeki ukuze uzothola wonke ama maki.
- Ikheli elilodwa lobhalayo.
- Ikheli lobhalayo lihamba nosuku. Isibonelo: (2 kuNhlangulana 2016/ 2 Juni 2016)
- Obhalelwayo makabingelelwe sakukhuluma. Malume/Jila
- Isigaba sokuqala ungaqalisa kanje: Ngiyathemba…/ Ngiyaxolisa …/, Ngabonga …njll.
- Isigaba sesibili masikhulume ngengqikithi yencwadi. Isibonelo:(ukubonga umalume wakho ukuthi ukufundisile / ukugqugquzele waze wathola iziqu).
- Isigaba sesithathu ukuphetha incwadi.
- Ohlolwayo makasebenzise ulimi lokuhlonipha/irejista efanele.
- Valelisa ukhombise ukumazi lowo ombhalelayo.
Isibonelo: Yimina umshana wakho uSimiso
Incwadi yobungani example
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments |
|
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? |