Umhlumo explained

Umhlume in english is called herpes. Herpes are a form of a sexually transmitted infection (STI) It is a virus that affects millions of people around the world. The word umhlume is related to the word ukuhluma, which means to grow. Umuhlume abanye bathi yi ngama-Piles abanye futhi bathi umhlume yi virus ye herpes. Uma unomhlume obizwa ngama piles lokho kuyalapheka apheke ama piles.

Uyini umhlomo?

Sizokutshela ukuthi umhlume uyini, wenzani kumuntu wesilisa nakumuntu wesifazane. Umhlume uyathathelana. Ngabe ubona ngani ukuthi unomhlume noma cha?

izimpawu zomhlume, umhlume symptoms:

What causes umhlumo

Umhlume is caused by a virus, it can spread from one partner to another partner. You must visit your nearest doctor if you have umhlume symptom's. uqedwa kanjani umhlume? odokotela bazokujova bakunike amaphilisi okudambisa umhlume, for medicine of umhlume you need to speak to your doctor. zikhona izinyanga ezithi zinawo umuthi wokwelapha umhlume noma imbiza yomhlume, kodwa umhlume awupheli umsuka wawo, eminyakeni ezayo uzobuye ubuye futhi.

Usuke ucushiwe uma unomhlume?

umhlume awusona isichitho kodwa yisifo esivela ngokuthathelwana no partner, umhlume wangaphambili lowo, lona oba ngemuva awuthathelani isikhathi esiningi wenziwa ukungadli ukudla okunempilo. Ngabe umhlume umeqo? cha umhlume kakusiwo umeqo.

Funda ngemithi

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Imixovo emisha for free everymonth thumela email to join umxovo@gmail.com

Send this post to Whatsapp
Comments
Njabulo cele 2020-08-12 07:20:39
Hi Mina nginomhlume but sekunenro ekhula ngaphakathi ibuhlungu ngalendlela angwazi nokuya etoilet ingblockile lento ngicela usizo ngiseshowe ngisagula sekuphele three weeks ngingayi emsebenzini yilento ngicela ningisiza
Nomvula molane 2020-08-15 02:31:15
Ingabe yiwo umhlume longi nawo ngnensumpa ngaphezulu kwesitho sangasese sometimes ibabuhlungu lensumpa
Cosmo Blessing Tsile 2020-08-18 19:48:59
Ngingasizakala njani uma ngiphethwe ngumhlume
Zungu 2020-08-25 10:38:33
Ngicela usizo ngino mhlume angsazi ngenze njani kubuhlungu mangicama isisu sigcwala umoya ngisuza njalo isinye Sami syashisa cedani bo nenkonzo yaseklamelweni angsayithokozeli
Sfiso Madondo 2020-08-27 23:14:46
Mfwethu siza ngiyafa yilento uma ivukile kuba yithumba eceleni kwembobo yokubhosha ingikhonke kungahlakeki phansi kungahambeki ngixhuge ngikhathale,okocansike angsayphathi angsenandaba nalo ngenxa yelento engingazi noma umeqo yini ngicela ungilaphe bhuti please
Nokwanda sibisi 2020-09-01 11:37:09
Nginenkinga yomhlume kuze kudonseke umnsinsila ngiphume negazi kumile nezinsumpa ngicela ungisiza
Bongie 2020-09-14 22:10:35
Uqedwa ngani umhlume
Mbali dlamini 2020-09-20 03:46:06
Ngicela usizo nginomhlume
Ntombifikile Mabika 2020-11-15 11:58:46
Hi Ngicela usizo nginomhlume usungihluphe kakhulu sizani boooooo
precious Mchunu 2020-11-29 20:38:57
Hi bhut ngicela usizo angiyi kalula toilet kuhlula noma sengichathile
Mandy 2022-10-09 01:51:53
Nginomhume herpes manje kunezinyama ezibuhlungu ezimile kwipanty line nasezindebenii kubuhlungu kakhulu imithi kadokotela ayisizi
Abel Mdluli 2023-03-29 21:55:18
Mina nginkinga kushuth nginawo ngoba nginkinga yemizwa,insumpe,nezithumbhane esthweni sangasese

Ulwazi ngemithi eyizihlahla

Ulwazi ngemithi ethakiwe

Go back buyela emuva