Professor 3 seconds ngumelaphi, ohamba nabantu abadala, uyasiza abantu, futhi uyi motivator izinkulumo zakhe ziyakha, ungumuntu onolwazi lezinto eziningi. Futhi uyabiza abantu, ungumuntu othanda inhlonipho kubantu. Obewungakwazi ngo doctor 3 seconds ukuthi ubengu mshayi wesibhakela, igama likababa langempela lithi ngu Thulani Nkwanyana.
There is no booking fee to see Dr 3 seconds, they according to his facebook page there are scammers that pretend to be him and charge people a book fee. You do not pay a R500 for a book space to see Professor 3 seconds. You do not have to make an appointment online and pay - there is no such a thing.
On instagram he is not Dr 3 seconds but he is professor 3 seconds. His status says "Ngingumthandazi osesize abantu abaningi ngiphinde futhi ngibe ngu somabhizinisi"
Mkhulu Dr 3 seconds can be contacted on the following cellphone numbers 073 326 6***, 071 578 1*** and 079 562 9*** . You will find out from those numbers if he has a whatsapp or not.
Ukulandela ipage likababa u Doctor 3 seconds kunabalandela ababemdelela, emva kalokho bajeza, baziyela kuyena baya koxolisa. uMkhulu Professor akayona into yokudlala, kulabo abafisa ukudlala badelele abantu abadala kusuke kungadlalwa.
Ngabe kukhona ukungezwani phakathi kuka ngizwe mchunu kanye no professor 3 seconds? Kuke kwaba nokujikijelana ngamazwi phakathi kuka professor 3 seconds kanye nongizwe, lapho uDr 3 seconds wazisholo ukuthi akayena uxamu yena akafuni ukujwayelwa kabi ngu ngizwe. Kunama jokes agcwele kumagroups kamaskandi athi ungizwe izinto kazilungi ngoba wagqilazwa ngu 3 seconds, ngisho ne radio station yakhe kayilungi.
Ngubani umatatazela? Ngu Sibonelo 'Matatazela' Madela inyanga eyaduma nge bafana bafana, Washo wathi ibafana bafana yowina imidlalo yobungani kuphela uma ingamkhokheli imali yakhe. Nangempela kwaba kanjalo. Umculi wamaskandi uMjaheni one cd ebizwa ngengilosi kasathane, kuthiwa wakhuluma kwi radio stadio ka ngizwe mchunu, ekhuluma ngezinyanga ezingenelela kumaskandi, kuthiwa kwaba sengathi ubhekise ku Dr 3 seconds. Emva kwalokho i-CD yakhe uMjaheni yangaphuma, yahlehliswa. umjaheni wazikhulumela kwi ngizwe Fm ethi izinyanga mazisebenzise amandla azo kwezinye izinyanga. Mazigadlane zodwa. UNgizwe ke ubese ethatha isayidi lika mjaheni kwinkulumo eyi interview, ejabulela okushiwo ngu mjaheni. u Ngizwe Mchunu wakhuluma kanje "Sikhathele izinyanga ezigxambukela emculweni ka maskandi". Umatatazela yena ungena kanjani? Emva kokuthi u Dr 3 seconds ekhiphe isimemezelo sokuthi album ka Mjaheni ngeke iphume, u Matatazela wabese enza izinto zakhe ukuze i-album ka mjaheni ibe yimpumelelo.
Read more dreams belowCopying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.