uthwala kanjani?

Izindlela zokuthwala ziningi zihlukene kakhulu, izindlela ezijwayelekile zidinga ukuthi uchithe igazi, ekugcineni lezinto osuke uthwele ngazo ziyabuya zizobulala wena mnikazi wendaba.

Ukuthwala kwamhlabuyalingana lendawo yakwahlaba uyalingana idumile ngezinyanga ezinkulu, eziwaziyo umuthi kakhulu, abantu bayafisa ukuya kwamhlabuyalingana bahlangane nalezinyanga eziseqophelweni eliphezulu, sinazo izinyanga esizaziyo ezithwalisayo kodwa angeke sabhala ngazo kulelipage. uqaphele izinyanga ezingamaqola, scam ezizibhala ko internet naku facebook bese ziqola abantu imali.

Ukuthwala emozambique sekudume kakhulu esouth africa , kuthiwa emozambique kunamakhambi angekho la esouth africa asetshenziswa yizinyanga zakhona kuleliya lizwe. isibonelo amagundwane atholakala emozambique

Ukuthwala ngamagundane akusho ukuthi uthwala ngamagundane angempela, akuwona amagundane lawa esiwabona esouth africa, kodwa lawa awokuthwala atholakala emazweni afana no ghana, mozambique. anemithetho nawo lamagundwane , kunemithetho ekumele uyilandele njengokuthi isikhathi esiningi kumele uhlale wedwa, futhi kumele uwaphakele zonke izinsuku. Ukuthwala ngaphandle kwegazi uyakwazi ukukwenza ngokuthwala ngamagundane, umuntu angabuza ukuthi ukuthwala ngamagundane kuphelile yini? ngabe yindlela ephephile yini lena? ayancolisa amagundane, adinga ukukilinelwa. ukuthola imali usekhaya ungasebenzile ungawasebenzisa ama rats. Igundane/impuku/igundwane ngesingisi is a rat. Ukuthwala to be rich can be achieved by ukuthwala ngenyoka, amagundane, ngabafana, ngegazi, kanye nokuthwala nge nkosazane or ukuthwala with mermaid.

Read more dreams below

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Imixovo emisha for free everymonth thumela email to join umxovo@gmail.com

Send this post to Whatsapp
Scammer Alert!! Kunama scams aqola abantu, athi azobuyisa umuntu, akwenzele umuthi on your behalf, bese ukhokhile akunike ama articles ami. Angisebenzisani nabo Thokoza gogo, Ayikho inyanga ekwazi ukukhafulela omunye umuntu. Imithi idinga wena mnikazi ukuthi uzenzele. Ayikho inyanga ebuyisa umuntu ngesithombe. Before ufakele imali umuntu mbuze ukuthi uzokuposela yini imithi? uma engakuposeli vula icala. Ungamfakeli imali umuntu othi uzokwenzela umuthi. Always ask for a person's bank account and click verify sender ukuze uthole ama details ebank owner.

Read more ngamaphupho...