Izimpahla ezitshontshiwe amasela zibuyiswa kanjani?

DJ Buyisa impahla ebiweyo

Buyisa okuntshontshiwe , okulahlekile, thatha ibhodwe elisha, ufake amanzi , abile amanzi, bese ufaka u-salt (sawoti) phakathi, uthathe iphepha elimhlophe eli-blank, ulisike libe izicucu ezincane, bese ubhala amagama abobonke abantu abasolekayo, uzobe usubiza igama 1 by 1 phambi kwebhodwe elibilayo , uzobiza kanje: " Xolani mkhize uma kunguwe otshotshe icellphone yami ibuyise"". emva kokubiza igama lomuntu uzobe usufaka iphepha elinegama lakhe kulawomanzi abilayo. Uma lowomuntu ekhona kwi list yabantu obabizile izobuya nakanjani impahla yakho eyebiweyo.

* uma usuqedile uwayeke aphole amanzi bese uyawachitha

Lokhu kuyasebenza uma ufuna ukubuyisa imali etshontshiwe, izinkomo ezintshontshiwe , izimbuzi, noma singathi nje imfuyo eyebiwe. #ukubamba isela #buyisa impahle elahlekile

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Imixovo emisha for free everymonth thumela email to join umxovo@gmail.com

Send this post to Whatsapp

Ulwazi ngemithi eyizihlahla

Ulwazi ngemithi ethakiwe