Amanzi amaphupho

Isiwasho amaphupho amabi ungazenzela wena ekhaya ngokuthatha usalt lona obhalwe ukuthi sea salt uwufake emanzini akho enkomishini uchele umbhede kancane, bese uchela wonke ama corna endlu yakho, nasemawindini nasesicabheni. uma kungasebenzi lokhu ungaya olwandle ukhe amanzi olwandle uchele ngawo. isiwasho esilula lesi samaphupho amabi.

Amaphupho amabi are bad dreams that are not supposed to happen, they happen when you sleep in a bad mood or when they is a an evil spirit around the house. These bad dreams do happen when someone who was staying in the house passed away but no cleansing was done. A house could be built on a graveyard that will invite bad dreams as well.

Uma uhlushwa amaphupho ake ulale uphumule namhlanje, Thatha amanzi uwafake kwi glass ekhanyayo bese uwabeka ngaphansi kombhede mase ulala, ekuseni uvuke uwachithe. Yonke into embi izofika ihlale emanzini akho.

Ngokulandlelayo sizokwenza uhlu lwamaphupho kanye nezincazelo, sixoxe ngamaphupho lapho ulwa khona sixoxe futhi nangamaphupho othando. Sizokuthumela ulwazi lwamaphupho ngisho namaphupho edlozi.

Funda ngemithi

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Imixovo emisha for free everymonth thumela email to join umxovo@gmail.com

Send this post to Whatsapp
Comments
Pinki 2020-09-20 19:22:50
Ngyabonga ukunithola nginamaphupho engingawatholi kahle
Pinki 2020-09-20 19:22:50
Ngyabonga ukunithola nginamaphupho engingawatholi kahle
Nonhlanhla khumalo 2020-10-08 06:00:49
Nginomakhelwane okwesibili ngmphupha engnika imali yamaphepha namhlanje futhi besengizomupha ngthi ngyamthuma ngaphaphama sengkhathazeka kungani yena
Vusumzi Booi 2020-12-08 07:04:10
If you dreamt about the bat what does that mean and it was sucking blood out of me
Vusumzi Booi 2020-12-08 07:04:38
If you dreamt about the bat what does that mean and it was sucking blood out of me
Vusumzi Booi 2020-12-08 07:04:55
If you dreamt about the bat what does that mean and it was sucking blood out of me

Ulwazi ngemithi eyizihlahla

Ulwazi ngemithi ethakiwe

Go back buyela emuva