Ukuphupha ikhala. Igazi eliphuma emakhaleni in english is called epistaxis ngesizulu kuthiwa umangozima noma umongoza. Ukuphupha uphuma igazi emakhaleni kuchaza ukuthi kunesimo esinzima ozohlangana naso ngaphambili empilweni yakho, Akucaci ukuthi isimo sani, kungenzeka kwezothando, imali, umsebenzi, emndenini wakho. Ukuphupha uphuma amafinyila emakhaleni or ukuphupha ufinya kuchaza izinto ezimbili (1) kuchaza ukuthi uzoba nesivakashi, uma ungasitholi isivakashi kusuke kuchaza into enhle ezofika empilweni yakho. Ukuphupha unomkhuhlane ukhwehlela, uthimula, kubuhlung isifuba, umphimbo ukuphupha unomkhuhlane kuchaza ukuba buthaka kwesimo sakho nomunye umuntu kungenzeka isimo sakho no mzali or umngani or isithandwa sakho or i boss yakho
Read more dreams below Imithi iziwashoCopying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.