Ukuphupha izinyoka ikuluma noma udliwa inyoka

Inyoka yaziwa njengesilwane esingalungile kodwa sesiyabona izinyanga nezangoma zifuya izinyoka zonke izinsuku. Ziningi izinhlobo zezinyoka esingaziphupha silele okungaba yi: inyoka yamanzi,inhlwathi, ibululu, imfezi , imamba, imamba emnyama, imamba eluhlaza, inkanyamba, dragon. kuyenzeka uphuphe inyoka ongayazi igama layo kodwa oyibona ngemibala, isibonelo: inyoka eblack and white, inyoka emnyama, inyoka ensundu noma brown, inyoka yellow , ngisho nenyoka pink noma ebovu ungayiphupha. Nakhu okumele ukuqaphele kwiphupho lakho, nguwe ukuthi bewujabule noma bewukhala noma bewubaleka noma bewuyisaba yini inyoka. Ngokujwayelekile inyoka isho isitha sakho, uma uphupha ushawa yinyoka kuyenzeka lokho kube nguphawu lokuthi kumele ube isangoma. Inyoka iyasho abantu abadala, uma uphupha inyoka kungenzeka ukuthi uvakashelwe abantu abadala, uma kuy inyoka enhle emhlophe lokho kungase kusho inhlanhla. Inyoka eluhlaza yona iyinyoka yedlozi ayilwi ayishayi muntu. uma uphupha yona inyoka eluhlaza kungenzeka imele isimo sedlozi lakho. Ukuphupha inyoka efile khona? kungase kuchaze ukuqontshwa kwezitha zakho

Funda ngemithi

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
Ngiphuphe ingiluma but I pozeni ngiyikipha kumbhonzi
Ngiphuphe ingiluma but I pozeni ngiyikipha kumbhonzi
Ngiphuphe ngivimbisa omunye umfo izimbuzi zibaleka kwaqhamuka isikhukhukazi namachwane aso kuleyo ndawo bekunomgodi
Ngiphuphe ngilunywa inyoka ngafa emlenzeni
Ngiphuphingiluma onyaweni bekwihlwathi kuchazani?
Ngiphuphe ngikhulelwe isisu sesiskhulu ngibone nengane ikhahlela ngaphakathi idlala