What is idliso,The Venda people of South Africa call it Tshiliso, idliso is a zulu word which refer to umuthi that is used for killing a person via food or love spell that is injected into a person in many ways. Idliso lokudla ilona elidumile kulapho ufaka okuthile ekudleni bese udlisa umuntu othandana naye.
Lisebenza nini idliso? liyaye lithathe isikhathi esingakanani idliso ukusebenza? kuwumbuzo ongelula ukuwuphendula lona, singathi kuncika kumuntu ukuthi uqine kangakanani. Ngabe liyenziwa yini idliso locansi uma ukhulelwe? kuncike kwinyanga ezokunika idliso locansi, kumele ubuzwe koloyo okwenzelile idliso locansi.
Izindlela zokukhipha idliso (idliso removal). Likhishwa kanjani idliso locansi? lisuswa kanjani lelidliso locansi. ukulikhipha kuyafana nokukhipha idliso elijwayelekile, kuhle uye esangomeni noma enyangeni ukuze uzothola umuthi wo ukubulala idliso. Ukukhipha idliso ngesiwasho : ukuphalaza ngesiwasho nakho kuyasebenza ukususa indliso.
Umbona kanjani umuntu odlisiwe? What are the symptoms of idliso? Kuyancika kuhlobo lwedliso njengoba sizibalile izinhlobo ngaphezulu, amanye amadliso enza indoda ithothobale, amanye amadliso awazwani notshwala uma indoda ike yaphuza ifike kumfazi ivulele isibhaxu, amanye amadliso enza indoda isabe umfazi, amadliso amanike wona ajwayele ukuba ne side effect yokuthi indoda ibe nesikhwele, ipage iphone, ifune ukuphendula nezingcingo. kuhle ubonisane nomuntu okudayisela idliso ubuze kuyena ubungozi bedliso lakhe.
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |