Previus Page

Incwadi yamakhandlela

Rosemary

Ixhosha imimoya emibi namabhadi, ifake ngaphansi komqamelo, izoxosha amaphupho amabi nemimoya ebusuku. Geza ngayo uzothandeka futhi uhaleleke. Isetshenziselwa ukuhlanza indawo ozokwenzela kuyona umuthi, yithunyise kuleyondawo bese wenza umuthi wakho.

Lavender

Uma une-strees noma ukhathazekile, ihogele iyasiza. Lavender uyayigcoba ephepheni lapho wenza khona imithi yothando. Shisa i-lavender, uma unenkinga yobuthongo obungafiki nokuphazamiseka ebusuku.

Parsley

Ifake emanzini akho okugeza, izoletha izinhlanhla ixoshe amabhadi. Iyakuvikela futhi kubantu abakuthakathelayo.

Onion and Lemon

Onion uya-absorb imimoya emini, uma uhlushwa imimoya, amaphupho amabi, usika onion uwubeke nge-plate, eduze nombhede, uzobe usuvuka ekuseni ukulahle lokhu, u-onion uyasetshenziswa kwi-magic yothando, u-onion obovu iwona oright kwimixovo yothando, usika u-onion phakathi, bese wenza imeditation yakho, ubhale ephepheni igama lakho, isibongo sakho, igama lendoda , isibongo sayo, ama date of birth enu nobabili ko-line abahlukene, uligoqe leliphepha amagama enu ahlangane, bese uthatha intambo ebovu ubophe onion wakho,konke lokhu ukwenza ngothando, i-smile nokuzethemba, ne-law of attraction, futhi uyakhuluma. Ungakhohlwa ukulayitha ikhandlela lakho lothando, uzobe usuhamba uyoqgiba lo onion emgodini o-deep nekhandlela lakho uma livuthe laphela uzoqgiba izinsalela zalo. Esikhundleni sika-Onion ungasebenzisa futhi u-Lemon ukuvikela amaphupho amabi nokubuyisa umuntu wakho. Uzokwenza okufanayo futhi ngokubeka lemon, eplatin ngasembhedeni.

Vanilla

Emakhandleleni othando, nokuthula emndenini, ikhandlela lakho uzolifaka i-vanilla. Bheka kwi-section lapho kugcotshwa khona amakhandlela.

Funda ngemithi

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?