Previus Page

Incwadi yamakhandlela

Affirmation

Kulapho usho amagama kanye noma uwaphindaphinda, uyawasho ngomlomo noma uwasho ngenhliziyo noma uwacule. Uma uwaphinda lamagama isikhathi eside aphenduka abe yiqiniso. Ingakho isiZulu sithi umlomo uyadala. U-Jehova washo ngomlomo wathi makubekhona ukukhanya, nangempela kwabakhona ukukhanya emhlabeni. Nathike sinawo amandla okudala izinto ngomlomo. Uma ukhuluma uzosho ukuthi into ethile mayezeke, asikho isikhathi esinqunyelwe sokwenza lokhu, ungakwenza kaningi ngosuku kuze kuphela inyanga noma kuze kufike lapho ukhathala khona.

Isibonelo: uma ufuna ubaba ka-boy abuye kuwena, ungathatha ipeni nephepha ubhale lamazwi alandelayo bese uwafunda zonke izinsuku: “Ngizobuyelana no Mnelisi Mthuli ngithandane naye,
UMnelisi Mthuli uzongifonela siqhubeke nokuthandana,
Ngizomthanda uMnelisi Mthuli noma sekunjani,
uMnelisi Mthuli uzobuya noma nini,
uMnelisi Mthuli uzoba ngowami noma kunjani “

isibonelo se chanting lapho ufuna ubaba ka-boy abe ngowakho kuphela:
“UXolani Zondo uzothanda mina kuphela,
uXolani zondo uzohlukana nezintombi zakhe,
uXolani zondo uzothanda mina kuphela,
uXolani zondo uzoyeka ukubheka amanye amantombazane”
Yonke into ofisa yenzeke ungayenzela i-chanting, noma ufuna umsebenzi, noma uhlushwa umakhelwane ohlebayo, noma uhlushwa izintombi zendoda yakho noma ufuna abantu bathenge kwi-business lakho…etc

Funda ngemithi

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?